Ndebele/Zulu SDA Hymnal
9. UJes’ U Yeza Futhi!
Khalisan’ icilongo kakhulu; uJes’ u yeza futhi;
Bonke ba bhekisise phezulu uJes’ u yeza futhi
CHORUS
’Yeza futhi! Yeza futhi! uJes’ u yeza futhi!
Memezani naseziqongweni, uJes’ u yeza futhi;
Li za nobukhosi iZinyane, uJes’ u yeza futhi;
Hlokomanini lwandle namaza, uJes’ u yeza futhi;
Qubukani kanjalo zinhlanzi, uJes’ u yeza futhi;
Zi yasitshela iziboniso, uJes’ u yeza futhi;
Nawo umoya u yavunguza, uJes’ u yeza futhi;
Izizwe zonke zi thukuthele, uJes’ u yeza futhi;
Nalo ulwazi futhi lwandile, uJes’ u yeza futhi;
Support this hymn collection
Your donation can help maintain the website, improve accessibility and keep the hymns freely available.
♥ Donate with PayPal