Ndebele/Zulu SDA Hymnal
234. UJesu Ukukhanya
Zi yacul’ ingelosi Jes’ ukukhanya kwezwe,
NgoMntwana ozelweyo Jes’ ukukhanya kwezwe.
CHORUS
Si nokukhanya kon’ okuhle, Woza laph’ umsa okhazimlayo;
Njalo sizungezwe ukukhanya, Jes’ ukukhanya kwezwe.
Thabani nonke zizwe Jes’ ukukhanya kwezwe
Hubani namabandla Jes’ ukukhanya kwezwe.
Makudunyiswe Yena Jes’ ukukhanya kwezwe,
INkosi yaphakade Jes’ ukukhanya kwezwe.
Bayethe! k’uY’uMtwana Jes’ ukukhanya kwezwe;
Bayethe! Sokulunga Jes’ ukukhanya kwezwe.
Support this hymn collection
Your donation can help maintain the website, improve accessibility and keep the hymns freely available.
♥ Donate with PayPal