UKrestu Esihlabelelweni Hymn 112 of 300

Ndebele/Zulu SDA Hymnal

112. Ukuphila Ekubhekeni

Isiphambano si nokuphila uJesu wathi, "Ngi bheke"
Imfuyo nelizwe ku yize, Phambili ngi zobona okuhle.

CHORUS
Ku khona ukuphila, Ekubhekheni kodwa.
Ukuphila okuhle Khona eKhalivari

Ngi sandu ukubona uJesu, Wang’ momothekela nami,
Lapha ngi bona izilingo, Isiphambano si ngamandl’ami

Ngi zobheka zonke izinsuku Ngi themba isithembiso;
Othemb’ amandla aphezulu A ngezawisa ngumlingi yena

Support this hymn collection

Your donation can help maintain the website, improve accessibility and keep the hymns freely available.